10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Kuyavela ukuthi arnachalaha abongelwa ebizwa ngemibala yawo.ehunqu; ebhidi; emhlophe; emseka; ensele; urnthini nempofu.Imibala yezinja yilena:Imibala kuba sengathingarnagama awo kanti cha. Abizwa ngemibala kanjena:ihunqu; ibhidi; umhlophe;umseka;insele ne-mpofu.Imibala isiza ukubalula ichalaha limbe phakathi kwarnanye amachalaha.Amachalaha ake aphose inyarnazane kuthule urnoya.Ayiphosa kube nzima kumaphisiukuqagula ichalaha elizoyishaya.Amaphisi agcina aziduduze ngokuthi iyobanjwa nesithelenayo. Lisho ngengila iphisi lithi: Wongibhekela! Liqondise kunoma ngubani oyobanenblanhla, abone ingcino phakathi kwenyamazane namachalaha.5.4 IMIKHUTSHANA EQONDENE NOKUZINGELA KWENQINA5.4.1 UkuxwayisanaInqina ngurncimbi odinga ubarnbiswano nozwano olungenaburnbulu.Ehlathini kukhonaizingozi okungelula abazingeli bazibone kanye kanye.Ngumkhuba wenqina ukuthi iphisielibona ingozi kuqala lexwayise arnanye.Kusemqoka ukuba urnzingeli aqaphele ehlathini.Ukuxwayisana kwabazigeli kulawulwa l<strong>ulimi</strong> abalusebenzisayo.Abazingeli basebenzisa<strong>ulimi</strong> olubhinqayo. Lokhu bakwenzela ukuba izinyamazane zingabi nolaka futhi zingacashi.Kusemqoka ukuba urnzingeli ngarnunye aluqondisise <strong>ulimi</strong> lwenqina.Lokhu kumsizaekutheni ezwe lapho kuxwayiswa ngengozi. Kuyavela ukuthi uma kuthiwa:Kayibonelwa!Kushiwo ingwe.Lokhu kusukela ekuthini urnuntu kayiboni adlule angehlelwa Iutho.Kakukho ukuthi ukholwe ngokuzibonela ukuthi okushiwoyo liqiniso noma chaKuyavela83

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!