10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

ISAHLUKO SESIHLANU5.0 INQUBO YOKUZINGELA5.1 ISETHULOUcwaningo kulesi sahluko lubheka inqina kusukela osukwini olwandulela ukuphuma <strong>kwayo</strong>kuya ekubuyeni <strong>kwayo</strong>. Umuntu oyiqonda kahle inqina ulithela umquba elokuthi leli bangalicacisa bha ukuthi inqina iyini.AbazingeIi basuke bekhiphelana ubungcweti ngokwezinjazabo nangamakhono abo obungoti bokukhomba izinyamazane.Ubumdlalo benqina nabobubhekwa kanzu\u ngokwezinja, ngokwezinyamazane, ngokwamaphisi nangokubongela1ZlDJa.Impumelelo yabazingeli ilele ekubambisaneni okubuswa livuso lokwazi ukuthi inhlanganoingamaiJdla:Collaboration is one ofthe greatest strengths ofthe human race.(Ingpen noWIl.kin.son, 1994: 115).Ukungabambisani kusho uqhekeko. Uqhekeko lungumfula osuka emthonjeniwokurrgabambisani kwabantu ngokomoya nangengqondo ezintweni abazenzayo.Izintoezenziwa kungabanjiswene kazivami ukuba yimpumelelo.Ngamafuphi, ukubambisanaokuphelele kuzala impumelelo engenasici.Imikhutshana eqondene nokuzingela kwenqina71

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!