10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Izixhobo zilikbaya lezimbila nemidlambila.Imidlambila izinyoka ezinekhanda elifananelembiJa. Zinesihlungu esibukhali kabi.Kuyavela ukuthi uhlobo ngalunye lwenyamazane luthanda ukuhlala endaweni ehlukilekweyolunye uhlobo.Kuyenzeka futhi ukuthi izinyamazane zohlobo olungefani zihlalendawonye.Lokhu kubiza ukuba abazingeli babe nolwazi <strong>olunzulu</strong> ngezinyamazaneabazizingelayo.Ukucobelelana ngamaqhinga okugasela isikhungo ngasinye kudingekile.Isikhungo sezinyathi kunzima ukusigasela. Izinyathi zihamba zibe ngumhlambi. Zinamandlaesabekayo. Zinolaka olubi. Okukhulu ngazo zinamakhala abukhali. Ubukhali bamakhalabenza kubenzima ukuzihlasela ngoba isitha zisizwa sisekube, siqambe siyafika sizichomakurnalunda.. Kuqashelwa umoya ukuthi uya ngaphi uma kuhlaselwa izinyathi. Kuvela ukuthiabazingeli baziqhamukela ngalapho kuya ngakhona umoya ukuze zingasheshi zibezwengephunga.Inyathi idinga ukuhlatshwa enxebeni ife, kungenjalo, iqeda abantu isifuthelwalinxeba. Isikhungo sezingulube naso sigaselwa ngeqhinga. Ziyingozi. Umuntu zimphulaimilenze ngamazinyokazi.Abazingeli bayaqinisekisa ukuthi imithi eqinile ikhona yiniesikhungweni. Imithi isiza ekutheni urna sekukubi, indoda inornbele phezulu ukuze iphephe.70

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!