10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Vkubila kuze kweqe kubenza budliwe zinsipho. Ngamafuphi bulahIa isigqi sokuba utshwalaobumtoti.Inzalabantu iyazi ukuthi ingwebu inendaba eyixoxayo. Ukukhuphuka <strong>kwayo</strong> ize izophumangomlomo wembiza Iuphawu lokuvuthwa kotshwala.Kuyavela ukuthi inzwa yokubonaiyodwa kayeneIe ukuqinisekisa ukuthi utshwala sebulungele ukuhluzwa.UmhIuzi kumeleabuzwe emlonyeni ukuze athole isiqiniseko esiphelele.Inzwa yokunambitha nayo ibambaiqhaza ekuqinisekiseni ukuthi utshwala buvuthwe ngempela.Lokhu kubiza ukuba umhIuzikube ngumuntu obaziyo utshwala ukuze angahIuzeli abantu igwele lefumuka Ukuvumelanakwenzwa yokubona neyokunambitha yisiqiniseko sokuthi utshwala sebungahIuzwa.Buhluzwa ngehluzo. UmhIuzi kumele kube ngumuntu onesineke namandla. Kukhumukaiziphanga umhIuzi eshukuzana nevovo.Ngesineke esikhulu umhIuzi wenza umsebenziwakhe aze awuqede.4.3.1.8 Izikhali zokuzingelaUmzingeli uyazi ukuthi ukuhlabana kwakhe enqineni kwencike ezikhalini aziphethe.Umkhonto isikhali sokuzingeIa esingaconsi phansi ohlangeni oIunsundu. lngculangumkhonto odla ubhedu ekuzingeleni.lngcu1a inokudla okuncane okuphiselwe othinioIude. Uthi Iwenziwe Iwaba lude ukuze ihambe ibanga elide urna icitshwa. Imikhontoyokuzingela iphucuzwa emlalazini yikhona kuzosuka ukuthornba. Leyo ephecekile,iyacangcathwa iqonde bese ilolwa kah1e. Kuqina idolo kumzingeli esebona imikhonto yakheirnenyezela kuhle kokhethe olusha, sha!68

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!