10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

4.2.3 Ukuchithiswa kwezinjaYonke into eyenziwa ngumuntu phansi komthunzi welanga uyenza ngesizathu esithile.Ukuchithisa izinja kwenziwa ngenhloso ethile. Ukuchithisa izinja ukuzibhernisanokuzixhaphisa umuthi othile. Umuthi wokubhernisa ubizwa ngombherniso nomaumchithiso. Inhloso ukulola inzwa yokuhogela. Imvelaphi yezinja inomthelelaekubhenyisweni kwazo. Izinja zidabuka ohlotsheni lumbe lwekhanka. Amakhankaasebenzisa kakhulu amehlo kunamakhala lapho ezingela. Ngamafuphi, kudingekainyamazane ayibone kuqala anduba ayisukele.Amakbala awasebenzisa kakhuluekuxhumaneni.Ukuchithisa izinja kunezinyanga zakho.Kudinga umuntu onolwazi <strong>olunzulu</strong> ek-uthakwenikwamakhambi ukuze kuphume umbherniso obukhali.Ubukhali bombherniso benza izinjaezibhenyiswe wona zibe bukhali ekubambeni umkhondo.Umbherniso wenza izinja zibenogqozi lokuzinge1a. Inja echithiswe kahle ungayithola izingela yodwa ngale komniniyo.Umchithiso uhlukene imikhakha ernibili. Kukhona othakwa ngezihlahla ezithile. Kuphindekubekhona othakwa ngezinyamazane ezithile:IzihlahlaIzinyamazaneintshongweisibhahaumkhwangullTIplSIinseleinsimbaumUVl omncane58

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!