10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

UKhumalo, (1994:22) ubeka kanjena:Bathi sebeyithathile injakazi ukubaiyokhwelwa yinkuzi ethile, ifike injakaziishaye phansi ngonyawo.Ma olwembiza amaphisi uma injakazi yenqaba ukuphingwa.ukulahlekelwa kwamaphisi lithuba lokuthola uhlobo Iwenja.Ukunqaba <strong>kwayo</strong> kushoUkwenqaba kwenjakazikukhombisa ukuthi iziIwane ziyakwazi ukuzikhethela ezikuthandayo, ziyeke ezingakuthandi.Kuzo zonke izinja zokuzingela, ibhansi kaliconsi phansi kumaphisi.Likhonzelwe ijubaneIalo eliphezulu. Ibhansi yinja eyadabuka kwelinye lamazwe ase-Afrika:The greyhound is an ancient breed, whichoriginated in Egypt about 6 000 years ago.(Worral, 1991:31).Kudingekile ukuba kuchazwe ubunjalo bebhansi ukuze nongalazi alibone ngehlo lengqondo:Ibhansi inja yokuzingela enesisuesikhwecekile.(Nkabinde, !985: 11).Ukukhweceka kwesisu kukhombisa ukuthi liyinja enejubane.Ibhansi linornzimba omude,oyisidlakela. Isifuba salo sikhulu. Isisu kasibonwa. Liphakeme kwesingaphambili bese lithiukwehla kancane kwesingemuva Intamo inkulu bese ikhanda liba lincane. Umhlandla walouthanda ukugoba.Umhlandla ugobe ukuze lifingqane, leluleke kalula lapho ligijirna.Linomsila olingene, ohlala uqhothile wabheka phezulu kancane.Imilenze yalo zidlakela.Ibhansi yinja ethanda ukuba idarnane inikwa ithuba lokugijima.Izinja zinomkhubawokuhlupha uma zihleli zingenzi lutho.55

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!