10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ISAHLUKO SESINE4.0 A.l\1ALUNGISELELO ENQINA4.1 ISETHULOLesi sahluko socwaningo sibheka kabanzi amalungiselelo enqina.Inhloso ukunikezaisithornbe esiphelele ukusuka nokuhlala kwawo.Liqiniso elirnsulwa ukuthi irnpurneleloyornuntu entweni ayenzayo incika ekutheni ubezilungiselele kanjani.Arnisana isibindiarnalungiselelo ephusile ngoba ayisiqinisekiso sokuthi lokho okulungiselelwayo kubayirnpumelelo mhla sekwenziwa. Aphinde asize ekugwerneni izingqinamba ezinokuvela mhlawornsebenzi ohlelwayo.Isahluko sibheka lokhu: ukuphingiswa kwezinja; ukukhuliswa kwernidlwane; ukuchithiswakwezinja; izikhali zokuzingela kanye nezikhungo zokuzingela. Inqina ingurncirnbiongathathelwa phezulu.Ukungathathelwa <strong>kwayo</strong> phezulu kudalwa ukurnbandakanya<strong>kwayo</strong> abantu abaningi futhi bamazinga ehlukene.Urnzingeli woqobo uyazi ukuthi kurneleazihlele kahle ukuze angazenyezi ngayikho ngosuku lwenqina. Iqiniso lisekutheni urnzingelingeke angazenyezi uma azi kahle kamhlophe ukuthi akazilungiselelanga ngokwanele.Arnalungiselelo enqma arnikhakha rnibili. Arnade kanye namafishane. Bheka-njeukuphingisa izinja, ukukhuliswa kwernidlwane nokuchithiswa kwezinja ngamalungiselelo53

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!