10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

inkosi yakwaNdwandwe uZwide yamema inqinambumbulu iyimemela uDonda inkosiyakwaKhumalo. Isono sikaDonda kwaba ukuxwayisa inkosi uShaka ngomgogaeyayiwucushelwe nguZwide emva kokubanjwa kwenkosi yakwaMthethwa uDingiswayoibanjwa nguZwide.Nango-ke uZwide esemema inqina yomsenge okuyothi emva <strong>kwayo</strong> kuyiwe ejadwini lasebusuku.Inkosi yamaNdwandwe ngomlomo wesithunywa sayo, iphatha kalula uDondangodaka emeblweni.Ithi uDonda angethuki lapho ebona amabutho akwaNdwandweeblome ethe shi ngoba ayobe ezosuka enqineni adlulele kwaZulu, eyoblosela uShaka.Ngokulutheka, uDonda uyasamukela isimemo sikaZwide. Nobani angavuma laphoemenywa ikakhulukazi uma engenanxa nalowo ommemile:Wo! Izwi elimnandi kakhulu kimina lomfowethuuZwide. Kusobala impela ukuthi ufuna ukwakhaubuhlobo obuphelele phakathi kwethu.(Dhlomo, 1937: 129)UDonda wayesithwe yisithupha ngokwethemba uZwide.Alufike usuku lwenqina, luhambekahle kakhulu. Inhloso kaZwide kwakungukuba ijadu libe sebusuku. Ubusuku kabuconsiphansi kubenzi bokubi. Bufihla ukukhohlakala kwabo.Babuthane abakwaKhumalo ngenbloso yokubona ijadu. Bake balibona? PhindelEsikhundleni salokho bezwa sebebhokodwangemikhonto yamabutho kaZwide. Leyamikhonto okuthiwe iyohlasela uShaka\Wafela lapho uDonda!(Dhlomo, 1937: 130).

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!