10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

omphethe enze mnto ezimbi. Ukuthakatha kungumphumela womona. Ubuthakathibumelene nenhlalakahle yomphakathi. Emandulo umthakathi wayejojwa, ikakhulukazi umaebanjwe oqotsheni. Kuyaphawuleka futhi ukuthi, kakubona bonke abathakathi ebebebulawangoba bebanjwe oqotsheni. Indoda ibingasoleka ukuthi iyahambahamba kodwa kubelukhuniukuyiqonda ngqo.Lapho kukhona indoda esolekayo, bekuphunywa inqinambumbulu.InhIoso yale nqina beyaziwa ngabathile kuphela. Ymi inqinambumbulu?:Inqina mbumbulu inqina emenywe ngeceboelithile elihlosiwe.(Cele, 1973:109).Le nqina imenywa ngenhloso yokubulala umkhunkuli.Ibizwa <strong>ngenqina</strong>mbumbulu ngobakayiyona inqina ngempela. Ubumbumbulu bayo bufihla ububi obusoshwe ngalowoothakathayo.Lapho kuphunywa inqinambumbulu, abasunguli bayo bakhetha umuntu othile ukuba asuseumthakathi. Lowo ojutshelwe 10 msebenzi kasuki eduze komthakathi. Ngenkathi kuvukainyamazane, ikhuzwa ibhekiswe ngqo kumthakathi.liGna thuba-ke leli lokuba agwazwebese kuthiwa, kwenzeke iphutha, kwazise selokhu kwathi nhIo lixhoshwa libhekile.Umthakathi ugwazwa mahlanze ukuqinisekisa ukuthi ufa ujuqu.Uma ebuqamama,abazingeli bamthela ngethala lemikhonto kuphele izikweletu. Bamciba bonke ukuqinisekisaukuthi kasindi nangengozi.Kuyavela ukuthi kwenye inkathi inqinambumbulu isebenziseka kabi.Isebenziseka kabi umakubulawa umuntu ebulawelwa ize leze.Umlando wezizwe zabeNguni ukhomba ukuthi.p

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!