10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Lapho inqina iphume ngenhloso yokuWaba izinyamazane zokuqopha imvunulo yenkosi,iWaba kuphela lezo eziqopha imvunu10 yabasebukhosini ababizwa ngabaNtwana.KwaZuluuma kukhulunywa ngabill~twana, kushiwo labo abanegazi lasebukhosini bakwaZulu.Umlando usitshela ukuthi kusukela ezikhathini zoPhunga noMageba, abasebukhosinibabehloba ngemvunulo eyeWukile kweyabantu phaqa.Lokhu kwakwenzelwa ukubababonakale kalu1a lapho bephakathi kwabantu ukuze bathole inWonipho ebafanele. Namuhlaimvunulo yasebukhosini isimnula noma ngubani inqobo nje uma enamandla okuyithola.Ingwe yinyamazane engaconsi phansi ebukhosini bakwaZulu.Ikhonzelwe isikhumba sayoesiWe. Lisabusa elakwaZulu, bekungumthetho ukuthi noma ngubani obulale ingwe ayethulekomkhulu.Isikhumba sengwe siqopha amambatho, imiqhele, izikhono, ubukopolo, izinenenenugmgqo. Kuyavela ukuthi ingwe ikhonziwe kuzo zonke izizwe zoMdabu e-Afrika:All Afiican tribes regard the leopard as ananimal which symbolizes all that is noble,courageous and honourable.(Mutwa, 1996: 144).KunemfiWo enzulu ukukhonzwa kwengwe ngamakhosi.Ingwe ithandelwa amabala ayoamaWe. Kanti futhi ithandelwa isithunzi nokuzotha <strong>kwayo</strong>. Inkosi njengomalusi wesizwekurnele ibe nesizotha nesithunzi kubantu ebaphethe.Amakhosi azothisa o<strong>kwayo</strong> umaesevunule ngemvunulo yengwe.UMutwa, (1996: 144) uphawula kanjena:Africans believed that ifyou wore the skin ofa particular animal, the characteristics ofthatanimal became part ofyou. For this reason,kings wore leopard-skins breast plates andhead dresses.35

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!