10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

uCetshwayoiNgobamakhosiuFalazaAmabutho abebuthwa ngokuthi kuhlanganiswe izinsizwa ezintanganye nezelamana eduzezinqunywe zibe Iibutho. Ibutho Iiphiwa igama eIizokwaziwa ngalo. Wonke umuntuobuthiwe ubehlonishwa, angabizwa ngegama lakhe. Ubebizwa ngebutho akuIona. Ibuthongebutho beIinikwa ilungelo lokuphatha isihlangu esinombala ongafani nowesiphathwangeIinye ibutho.Ngamafuphi nje, umbala wesihalngu ucacisa ukuthi umuntu ukuIiphiibutho. Ibutho nebutho beIiba nenduna yalo eliphethe. Ngisho izintombi bezibuthwa.UMsimang, (1975:343) uphawula kanjena:... Izintombi eziyintanga yebutho lezinsizwaelithile nazo zazibuthwa kanye nalo.Ukubuthwa kwezintombi bekwenzelwa ukuba, lapho inkosi isilijubile ibutho ukuba lithathe,Iikhethe kuzo.Amabutho bekuyisihlangu sokuvikela izwe Iingaphangwa yizitha.Ngaphandle kokuvikelaizwe, amabutho abephinde enze imisebenzi yakomkhulu.Ukwakha imizi yamakhosi,ukuIima amasimu akomkhulu nokubiya izibaya kwabe kusemahlombe amabutho.Kuyaphawuleka ukuthi ibutho eIithile beIike Iijutshwe ukuba Iiphume inqina eqondenenokufeza izidingo zenkosi.Ibutho beIijutshwa ukuyozingela izinyamazane zOkuqinisainkosi.Umthetho wesiZulu maqondana nokuzingela kawuvumi ukuba kuzingelwe ehlobo.Ehlobo izinyamazane zisuke zizele.Kuyaqapheleka uh.-uthi ezimweni ezithile kuyenzekainqina iphume ehIoboUkuphuma <strong>kwayo</strong> ehlobo kakuphazamisi imvelo ngoba isuke ihlose31

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!