10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

...It will turn to domestic stock .(Smithers,1986:95).Imvamisa ibamba izimbuzi, izimvu namankonyane.Kuyadida ukuWasela kwempisi emiziniyabantu ngoba ngok-wesidalo inamaWoni futhi iligwala. Kunokwenzeka ukuthi ithonya layolokozelisa abantu balale babole liyenza ibe nesibindi sokuhJasela imizi yabo.Kuvela ukuthiithonya lempisi lokozelisa abantu yizinkophe zayo.UGcumisa noNtombela, (1993:28) babeka kanjena:...Uma isifike qathatha esangweni lesibayasomnurnzane iqala ngokudamane icwayiza.Icwayiza nje yezelisa abantu bakulomuzi. Nazoizilwane iyazezelisa ngayo lendlela zihuqeubuthongo bese izikhethela kuzona.Ithi ingazenelisa ngokuthi abomkhaya ewuhlasele sebelele bese iphoseka phakathi esibayeni.Bheka-ke ngoba impisi kayisibulali isilwane ngoba iWose ukudla yesuthe.Iyabhokloza-nje,idle lokho ekudlayo.Kuyothi kuqambe kusa kube kuzigingqane izimbuzi esibayeni.Kuyenzeka kwenye inkathi izithuthe lezo esizibulele, iyozithukusa emgedeni okukanyeehJozini. Ukudica <strong>kwayo</strong> imfuyo okuyenza ibe nesigcwagcwa kubantu.Ngokudalwa, impisi iyamesaba umuntu kodwa uma isibhilitelwe liphango iyambhozomelakwazise ithi ingahamba idle udaka. Uma kuthiwa ithi ingahamba idle udaka, kushiwo impi.Kuyaphawuleka ukuthi lapho sezixake ngempela, zimenyelwa inqina yokuzixosha endaweni.Luthi lunganqunywa usuku lokuzixosha, kube yileyo naleyo ndoda ilungise izikhali zayoeyoziphatha mhla wenqinaMhla wenqina kuba ubuphithiphithi kubazingeli. Kuyilowo26

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!