10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

nomsoco phakathi kwezinye izi1imi ezikhona eNmgizimu Afrika.Okuhle ngezaga yikuthizithi zinothisa <strong>ulimi</strong> futhi zibe zifundisa iSintu ngamaqiniso empilo njengoba injalo.Kuthicosololo uma wnZulu ekhuluma olwethunga bese eluhlobisa ngezaga.Isithunzi solimisiyakhula uma abalukhulumayo becikoza ngalo.Izaga zikhuthaza ukuthi umuntu acabangeajule ngoba amaqiniso abekwa ngendlela efihlekile.Ngamanye amazwi, zisiza ekuqedeniabantu abavilapha ukucabanga bajule ngokushiwoyo.Ukuphila nemvelo kokhokho kubenze baphinde baqamba izisho.Lokhu babekwenzangenxa yothando <strong>olunzulu</strong> ngoIimi. Okhokho babekuqonda ukuthi kuhle umuntu enze izintoezinhle esaphila yikhona eyokhunjulwa ngazo lapho esedlulile emhlabeni wabaphezulu.IsiZulu l<strong>ulimi</strong> lwesizwe samaqhawe. Ulimi lwesiZulu luyikho konke kuZulu. Lungumcebo.Luyinqolobane yokugcina amagugu namasiko esizwe.Lungamandla nokuphila kwesizwe.Isizwe ngaphandle koIimi sifile.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!