10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

7.2 IZINCOMOUMdali udaIe izinyamazane ezinhlobonhlobo wazibeka emhlabeni.Inhloso ukuhlobisaumhlaba nokuthi iSintu siphile ngazo. Inqina Iisiko elidaIa iSintu esalabelwa nguMdali mhIaesidabula ohlangeni. Izinyamazane zingumcebo obaIulekiIe kuZulu. Le ngcebo kumeleiphathwe kahle ukuze ingashabaIaIi.Abantu abasebenzisa imvelo ngesikhathi esifanele basuke behlonipha imithetho eyengameleukusetshenziswa <strong>kwayo</strong>.Umthetho weSintu uthi inqina iphunywa ebusika kuphela.Kunconywa ukuba abazingeli bezinyamazane bazingele ngesikhathi esifanele.Lokhukuyosiza ekutheni imvelo ingaphazamiseki.Kuhle abazingeli bazi ukuthi sibekelwangaphandle. Ukwazi kwabo Ieli qiniso kuyobenza bangabhuqi izinyamazane. Kunconywaukuba iSintu sehlukane nomkhuba wokubulaIa izinyamazane kungekho zizathu ezimqoka.Kuhle iSintu sihloniphe imithetho yezwe emaqondana nokongiwa kwengcebo yemvelo.Abantu mabehlukane nomkhuba wokungena eziqiwini badubule izinyamazaneezisengcupheni yokushabaIaIa.Kunconywa ukuba amakhosi nezinduna abambe iqhazaelibonakaIayo ekongeni imvelo ezindaweni aziphethe.Abazali bezingane kuhle babeyisibonelo esihle ezinganeni ngokuthi bathande imvelo futhi bazingele uma kudingekiIe.Lokhu kuyosiza ekutheni kukhule isizukulwane esinothando lwemvelo.Imvelo iyinsika emqoka ekuqiniseni <strong>ulimi</strong> lwesiZulu. Okhokho baqamba izimozokukhuluma bezisusela emvelweni. Inhloso kwabe kungukuthuthukisa <strong>ulimi</strong>.Kunconywa121

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!