10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

ISAHLUKO SESIBILI2.0 INCAZELO NGENQINA2.1 ISETHULOLesi sahluko sibheka kanzulu ukubaluleka kwengcebo yemvelo eSintwini.Izinyamazanezimqoka empilweni yomuntu.Kuphawuleka ukuthi ingane ishunqiselwa ngezinyamazaneemva kokufika <strong>kwayo</strong> emhlabeni.Lokhu kwenzelwa ukuba iqine ingahaqwa kalulayimimoya emibi. Abagulayo nabo bashunqiselwa ngazo ukuze basinde ezifweniezibaphethe.lsahluko siphinde sibheke ukuhlomula kwabantu emkhakheni wemvunulonangokuya ngasethunjini.Inqina ichazwa kabanzi maqondana nokumenywa <strong>kwayo</strong>.bezwe ikakhulukazi amakhosi nalo libhekwa kabanzi.Iqhaza elibanjwa ngabaphathiLokhu kwenzelwa ukuqedaungabazane olukhona kwabanye abantu maqondana nokuzinikela kwamakhosi ekongeniingcebo yemvelo. Empilweni konke kunesikhathi sakho. Inqina ikhishwa ngesikhathi sayoesifanele ukuze imvelo ingaphazamiseki.lsahluko siphinde sibheke izigubho ezigubhwa abazingeli ngosuku lwenqina.Izikhathizokuzingela nazo zibhekwa kabanzi. lsahluko siphinde sibheke kabanzi izindlelaokuzinge1wa ngazo izinyamazane ezithile.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!