10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

sebeba mathintanyawo, kulusizile uIimi Iwethuekutheni Iusimame.(Ntombela, Mathenjwa noDonda, 1997: 124).Izaga zinothisa uIimi futhi ziqondisa abantu ukuze baziphathe ngendlela efanele. Zibafundisaukuba impiIo bayibuke ngeso eliqaphelisisayo.Izaga ezimaqondana nolwazi oIutholakala kuzingelwa izinyamazane zehlukena imikhakhaeyisithupha. Kukhona eziphathelene nenkani, ezexwayisa ngengoZl, ezimaqondananokwenza izinto ngobuhlakani, ezikhuthaza ukuzibambela mathupha, eziphathelenenokuthandabuza nezikhuthaza umuntu ukuba afune izeluleko kwabanye.Elinye inoni Iolimi elivela ngenxa yenqma, yizisho. Kukhona ezakhiwa zisuselwaemabizweni nezisuselwa ezenzweni.Kuvela ukuthi iningi Iezisho ezithintene nokuzingelaIisuselwa ezenzweni.Inqina inezigubho ezihutshwa ngamaphisi. Lezi zigubho zisebenzisa <strong>ulimi</strong> oIujuIile. UlimiIwezigubho Iuyankondloza Lokhu kuzibeka eqophelweni Iobunkondlo.Inqina ineziqubulo ezikhuzwa ngamaphisi. Iziqubulo zinakho ukuqagula amagamaezinyamazane ezithiIe.Kuvela ukuthi iziqubulo zinakho ukukhomba ukuthi zingesasiphiisifunda.120

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!