10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ISAHLUKO SESIKHOMBISA7.0 ISIHLAZIYO , IZINCOMO NESIPHETHO7.1 UKUHLAZIYWA KOCWANINGOIqiniso eliqanda ikhanda lithi, ukuzingela izinyamazane kulisiko elidaIa e-Afrika.NanamuhIaleli siko lisalandelwa ngabantu abansundu.UZulu ungesinye sesizwe esisabambelelekuleli siko. Kupbawuleka ukuthi ngesiZulu isiko lokuzingela libizwa ngokuthi inqina. Futhikuvela ukuthi abantu abazingela izinyamazane beliviyo babizwa <strong>ngenqina</strong>.Inqina iphunywangamadoda aseqinile:Ahaphuma inqina ngabesilisa abasemadoloqinile.(Ndlovu noNxumalo, 1961:37).Lokhu kucacisa ukuthi inqina iphunywa ngamadoda asenamandla okugijima.Isimameasilokothi siphume inqina ngoba ukuzingela ngumsebenzi wabesilisa. Inqina iWoma iphelelekuhIe kwamabutho ehlomele ukulwa nezitba. Ukuhloma kwenqina kanje, kukhomba ukuthiisuke iyobhekana nezinyamazane eziyingozi ehlathini.Liqiniso elimsu1wa ukuthi izinyamazane zibalulekile empilweni yeSintu jikelele.Kuvelaukuthi ukubaluIeka kwezinyamavme eSintwini kwehlukana im.ikhakha emitbathu:umkhakha wezokwelapha;umkhakha wemvunulo nomkbakba wokuya ngasethunjini.Kukhona izinyamazane ezisetshenziswa ekuthakeni izinsizi zokwelapha abantu basindeIII

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!