10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

1.4 IMIDIYO YOCWANINGOUcwaningo luzogxila emaiungiselelweni enqma. Luzophinde lubheke ukumenywakwenqina kanye nezikhaii ezisetshenziswayo lapho kuzingelwa.Luzobheka kabanziizinhlobo zenqina ezilandeiayo: Inqinambumbulu; inqina yakomkhulu; inqina yesigodi;inqina yomkhosi wokunyathela uselwa; inqina kakhukhulelangoqo nenqina yehlambo.Isikhathi sokuphuma inqina sizobhekwa kabanzi.Luzophinde luthinte izigubho zenqina.Luzogxila kanzulu kwinqubo elandelwayo enqineni. Luzogxila kabanzizokukhuluma eziqambeke ngenxa yempilo yobuphisi eyayiphilwa ngokhokho.. .eZlIllweru1.5 INDLELA YOKDQHUBA DewANINGOKuzohanjeiwa imitapo yezincwadi ngenhloso YOkuthola uvo lwabalobi abahlukahlukenemaqondana nenqina.Kuyophinde kuhanjelwe izikhungo zokugcina amagugu esizwe.Kuzohlanganiswa amakhanda nezindalabantu kanye nezinzaiabantu ukuze kufumanekeyonke ingonyuluka <strong>ngenqina</strong>.Kuzohanjelwa amaphisi, abadidiyeli bayo inqina kusukaphezulu emakhosini, abaNtwana, nezinduna ngenhloso yokufumana injula <strong>ngenqina</strong>.Kuzohanjeiwa kwazona uqobo izinqina ezahlukene ngenhloso yokuzibonela okwenzekayo.3

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!