10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

·.. Siwumusho ophelele obunjiwe ngamazwinoma ngamagama anobuhlakani obujulile.Ukuba ngumusho ophelele kwesaga kucacisa ukuthi sinikeza umqondo ophelele.Kuvelaukuthi umuntu othaka kahle izaga enkulumweni yakhe uthathwa ngokuthi ukhuluma ulirniolunothile.Ukhuluma abeke obala amaqiniso aziwayo emphakathini kodwa asethandaukuba liconsi lomkholongo enkulumweni yabantu ejwayelekile.Ulirni lunothe ngamagamaahIabahlosile futhi athakwe ngobuchule obumangalisayo. Ulimi lwakhe luyagigiyela kodwalube lushaya emhlolweni.KuyaphawuIeka ukuthi izaga zencike kakhulu ezimweni ezithile umuntu azithola ekuzo.UZulu isikhathi sasebusika usichitha ngokuzingela izinyamazane.Yingakho-nje eqambeizaga ngemikhuba yokuziphatha kwezilwane zasendle. Ziphinde ziqanjwe ngezimozokwenzeka kwezigameko ezithile kuzingelwa.Lokhu kuqinisa ukuthi inqina inegaleIoelibonakalayo ekunothiseni <strong>ulimi</strong> IwesiZuIu.6.4.1 Eziphathelene nenkani(i)Isaga= UmvundJa ziyakuwunqanda phambili.Lapho sisuselwa khona= Lapho inqina izingela, yehlukana izigabangezigaba. Lapho unogwaja evuswaliqembu limbe, uyabaleka uze uzithelekwelinye iqembu nalo liwuvimbeli1-'.uphindisele lapho uvela ngakhona.95

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!