10.07.2015 Views

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ISAHLUKO SOKUQALA1.0 ISETHULO SOCWANINGO1.1 ISETHULOUMvelinqangi udabule oblangeni izinhlanga zabantu ezablukablukene. Inbloso yikubazihlobise urnhlaba wakhe.Izinblanga lezi zinikwe ilungelo lokuphila ngemvelo futhi zibusephezu <strong>kwayo</strong>.Lezi zinh1anga zikleziswe ngamasiko anblobonblobo okumele ziphilengawo. UZulu omnyama ondlela zimhlophe ungolunye lwalezi nblanga. Ukuzingelaizinyamazane kusemithanjeni yegazi lesizwe sikaPhunga noMageba.Lokhu kudalwayikwambulelwa kwaso ubuqiniso bokuthi kumele siphile ngemvelo ngoba naso siyimvelo.Ukubaluleka kokuzingela esizweni samaZulu kucaca bha kuble kombaJa womvemve laphokugcinwa amasiko athize. Kuphuma inqina iyojikijela lapho kuhlanjululwa inbloko yesizwenoma umnurnzane.Emkhosini wakoMkhulu lapho inkosi izonyathela uselwa, ibutholiphuma inqina.Inqina ingumdlalo ngoba amaphisi akhiphelana ubuchwepheshe bokubazinkombi ekublabeni izinyamazane.

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!