26.02.2013 Views

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Abanye ohulumeni nabo babhekene kakhulu nalengwadla.Kodwa bona

abafani neMelika yona ekwazi ukushicilela amadola, ibhange elikhulu

lasePortugal, eIreland, eItaly, eGreece, eSpain ngisho kanye neBelgium

babhajwe ukuba ngamalunga aseEurozone: abakwazi ukuzishicilela izimali.

Njengoba imipkalathi yasemazweni aseNyakatho (Europe) engalawuleki,

sizazobona izibhelu eziningi njengoba sinzima kangaka lesisimo. Kusukela

kulezizindawo, kanye naseNgilandi – njengoba izinhlangano zabafundi

eziviva kabusha zingafuni ukwamukela ukwenyuka kwezimali zokufunda -

kanye nokwelulwa kweminyaka yabathatha impesheni ukuthi basebenza

isikhathi eside eFrance.

Obunye ubuthakathaka bezomnotho obukhathazayo sebuyabonakala

njengoba kulokhu kukhulunywa ngokuqalwa phansi. Ezezakhiwo nezezindlu

zaseMelika ziyaqhubeka nokuba muncu, ngisho noma uBernanke ethenge

ngaphezu kuka$1 trillion wokuqinisekisa abathengi bezindlu emabhange

ebekufanele akhombise ukwenza inzuzo. Izindawo ezibizayo zokuhlala

kanye nezinxancathele zezitolo – kulokhu kuqhubeka ukwehla kwamanani

azo.

Kuchaza omunye abambalwa bezombusazwe okwaziyo ukuphumela obala

waseMelika uuNdunankulu uBernie Sanders, “Emva kweminyaka

yokuhlangabezana nenqgingetshe neFederal Bank, abantu baseMelika ima

sebethola ukusizwa kongxiwankulu kanye neWall Street ngesikhathi

esinzima sezomnotho kwenziwa iFederal Bank.”

Enyangeni edlule, kuze kwavezwa ekugcineni ukuthi phakathi kukaMashi

2008 no Meyi 2009, uBernanke akagcinanga-nje ngokufaka u$3 trillion

kunomnotho waseMelika njengesimo esphuthumayo, kodwa ngokwangasese

waboleka u$9 trillion ukusiza izinkampani ezingamashumi nesishgalombili

‘okwakubonakala ukuthi zizoqumbeka phansi’. ICitigroup, neMerrill Lynch

kanye neMorgan Stanley babesesimweni esibucayi ngalendlela yokuthi baya

kuBernanke izikhathi ezingaphezu kweziyikhulu beyofuna imali

yembolekiso. Ngisho noGoldman Sachs waya izikhathi ezingamashumi

ayisishagalombili nane.

Kwakungeyena umkhokhi ntela waseMelika kanye nabanye abanikazi

bamadola ababelahlekelwa kuphela. Njengoba uSanders eqhubeka, wathi

ngisho nabanikazi bemizi nabo baba yisihlava salenkinga: “Amabhange

ayevalela imindeni eyayingakaze ingakhokhi nakanye, ngoba ukujaha

ukuvala kwakusho ukwenyuka kwezimali zasemabhange, ngaphandle

kokuba nendaba yokuthi kwakwenzekani kubanikazi bemizi kanye

nabatshali bezimali.”

Ngokusho kukachwepheshe ohamba phambil kwezokuhlaziya ucwaningo

waseNew York uMeredith Whitney, isikweletu sikamasipala kanye

nesesizwe sesifike ku$2 trillion. “Eduze-nje nezokwakhiwa, iyonanto

ebaluleke kakhulu le eMelika futhi okuyiyona eyingozi kakhulu kumnotho

waseMelika. Akukho ukungabaza emqondweni wami ukuthi sizobona

ukungakhokhelwa okukhulu kwezikweletu zezakhiwo zikamasipala. Lokhu

kuzoholela kumabhiliyoni amadola angezukukhokhwa.”

Akukhona-nje kuphela eDetroit, kodwa nakwamnaye madolobha makhulu

aseNyakatho(Europe - o Madrid, Florence, Barcelona, Lisbon, Naples,

Budapest kanye neIstanbul – acwile ezikweletini futhi abambise

ngamabhondi angenankokhelo.

Ukuzama ukubhalansisa ukuphela kokuhlakanipha kwababolekisayo koodwa

komnotho-nje jikelele okukhombisa ukuzimela kwezezimali. “Abahalaziyi

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!