26.02.2013 Views

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

sobandlululo eyashintsha ekukhiqizeni amalahle yakhiqiza amafutha),

izincebilikisi zezimbawula zakwaEngen eNingizimu neTheku kanye nepayipi

elikhulu lwamafutha elisuka eThekwini liya eGoli, kufanele kuhlanganyele

izinhlaka zemiphakathi ezilwela ezemvelo njengamanzi, umoya kanye

nezwe elisesimweni esihle ukuze kubhekwane nesimo solushintsha

kwezulu;

• Imigomo enentuthuko yokulawula umoya ohlanzekile (Air Quality Act)

ingashikashikeka ilwa nokuqeda izisisi ezingcolise umoya iCO2, imethane

kanye nezinye ‘njengezingcolis umoya’, njengomgomo olawula eMelika iUS

Clean Air Act;

• Imizimba kahulumeni ethatha izinqumo bayovimba ukwakhiwa

kwezindawo zokuhlala kanye nezinye izizinda ezaziwa ‘njengezentuthuko’

kodwa zibe zingcolisa ezemvelo; futhi

• Esikhundleni sokuthi amazwe aseNyakatho naseNingizimu axhase

ngezimali ngezindlela ezicekele phansi zezimakethe zezisisi, ukufunwa

‘kwesikeletu sokushintsha kwesimo sezulu’ avumele ukuxhasa ngezimali

ezingenamibandela, ezingenankohlakalo futhi ezingesetshenziselwa noma

yini eyenza umehluko.

Uma ngase kuthathwe izinyathelo ezinjalo ezidingeka ngokushesha,

kungathi kufika isikhathi seCOP17, umhlaba ubone iTheku njengohulumeni

kanye nomphakathi ozinikele ukulwa nokushintsha kwesimo sezulu.

Kodwa-ke siyalazi iqiniso. Njengoba lezizinyathelo zingeke zicatshangwe

ngaphandle-nje ukuthi zingenziwa yizikhulu eziphethe njengamanje,

esikhundleni salokho sizobona izinhlaka zonke zemiphakathi zomzabalazo

zivuka umbhejazane, zizimisele ukwenza lokho kulaba abafuna ukusicekela

phansi ngokwenza umonakalo wokushintsha kwesimo sezulu njengoba

senza kontamolukhuni bobandlululo kanye nababengafuni ukusinika

imisganguzo yengculazi: ukubaguqisa phansi lapho emsukeni wodaba, lapho

abezombusazwe izaguga ezimhlophe kanye nabangani babo bamazwe

aphesheya, noThabo Mbeki nezimboni ezinkulu zemishanguzo, kofanele

bame babukele, bahloniphe isikhathi lapho sekufika isizukulwane esisha

esinonembeza esikhathelele uwonkewonke.

(uPatrick Bond uSolwazi waseThekwini obhale incwadi iThe Politics of

Climate Justice ezoqala ukutholakala ngokuphela kwalonyaka

ungavakashela kulewebsite ukufunda eminye imisebenzi yakhe

(http://ccs.ukzn.ac.za/default.asp?4,80.)

Tragedy in Arizona

Alan Jones, Socialist Alternative (CWI USA) 17 January 2010

The attack of Gabrielle Giffords and the killing of six other people is a

warning to working people about the serious political danger involved in

the rise of the extreme right wing.

Commenting on Jared Loughner’s assassination attempt against

Congresswoman Gabrielle Giffords on January 8th, when he seriously

injured her, killed six others and injured another 13 people, Andrew

Sullivan, a conservative blogger wrote: "There is no way to understand the

politics of this without Palin. She has long been the leader of the

movement that drapes itself in military garb, that marinates in violent

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!