26.02.2013 Views

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

noma ayisihlanu; sibe ngochwepheshe kwezesayensi, ezombusazwe,

ezomnotho kanye neminye imikhakha.” Futhi ibhungu elinguMohammed

lathi, ‘Ngiyazigqaja ngokokuqala empilweni ukuthi ngiyiEgyptian. Abanye

bethu babulawa, kodwa saphendula ukwehlulwa sakwenza impimelelo,

sikhokhela inani lenkululeko ngegazi lamaqhawe ethu. Akukho mandla

asiphindisela emuva. Ngeke.”

Ngakho-ke baqhubeka bakha idolobha lasensimini ukuze kube khona

izidingongqangi; benza izibhedlela zezikhashana, lapho kulala khona

abalimele benakekelwa ngodokotela nabahlengikazi abavolontiyayo

abaqhamuka ezihlwelweni zabantu abansha, abakha idolobha ensimini

lapho abantu benikela ngezingubo zokulala nangemithi, izindwangu, ukudla

namanzi.

Lokhu ungathi iphupho.

Ngihlala labantu abasha besifazane nabesilisa ubusuku nemini, ngibabuke

ngenkathi behlanganisa amakomidi okucaza umsebenzi wokuhlanza insimu

zonke izinsuku kuze kube ukuthutha balimele esibhedlela, kube

ukusabalalisa ukudla nemithi, ukuvikela insimu noluphikisana namanga

akhulunywa umbuso nabezindaba, kuze kufike ekukhethweni kwamagama

abazophatha uHulumeni weSikhashana.

Sibanye. Wonke umuntu ufuna uMubarak namadoda akhe eqenjini lakhe

kakuhulumeni bahambe, sifuna kuphele ukuchitheka kwegazi njengoba

kusanda kwenzeka, kuphele inkohlakalo, ukubuswa ngendlovuyangena,

neminyaka engaphezu kwamashumi amathathu kahulumeni okunobudlova,

sifuna ithuba lokukhuluma ngezidingo zethu futhi zaziwe umhlaba wonke.

23 Things They Don’t Tell You About Capitalism

The following is an excerpt from 23 Things They Don’t Tell You About

Capitalism by Ha-Joon Chang.

Ha-Joon Chang 10 February 2011

Thing 1: There is no such thing as a free market

What they tell you

Markets need to be free. When the government interferes to dictate what

market participants can or cannot do, resources cannot flow to their most

efficient use. If people cannot do the things that they find most profitable,

they lose the incentive to invest and innovate. Thus, if the government

puts a cap on house rents, landlords lose the incentive to maintain their

properties or build new ones. Or, if the government restricts the kinds of

financial products that can be sold, two contracting parties that may both

have benefited from innovative transactions that fulfill their idiosyncratic

needs cannot reap the potential gains of free contract. People must be left

"free to choose," as the title of free-market visionary Milton Friedman’s

famous book goes.

What they don’t tell you

The free market doesn’t exist. Every market has some rules and

boundaries that restrict freedom of choice. A market looks free only

because we so unconditionally accept its underlying restrictions that we

fail to see them. How "free" a market is cannot be objectively defined. It is

a political definition. The usual claim by free-market economists that they

are trying to defend the market from politically motivated interference by

the government is false. Government is always involved and those free-

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!