April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal

ccs.ukzn.ac.za
from ccs.ukzn.ac.za More from this publisher
26.02.2013 Views

Asiyishiyanga indawo yethu noma sesihlaselwa ngoLwesithathu langomhlaka2 kuFebruwari ngamaphoyisa ecashe ngokugqoka izingubo zomphakathi, bahlasela insimu yethu – izigelekeqe ezaziqashwe ngumbuso, bethatha ngisho umkhonyovu. Kukgona ababephethe yonke inhlobo yezibhamu begibele amahashi, behamba ensimini, bedubula yonke indawo, uthuli kanye nentuthu kugcwalise yonke indawo. Ngabona amabhola omlilo endiza emoyeni, abesifazane abasebancane kanye namadoda bewela phansi futhi begxiza igazi. Kodwa intshisekelo yabantu baseEgypt yenkululeko, ukuhlonishwa, kanye nobulungiswa yaphikelela, kanti neKomiti Lokuzivikela Labasha Abayizishoshovu (Defense Committee of Revolutionary Youth) bakwazi ukuphumelela bazivikela kulezizigelekeqe, futhi baze babopha labo ababethatha imali yomkhonyovu kanye nomazisi babo – ngisho namasebenzi bombuso bokuvikela, izethenjwa zamaphoyisa. Abanye babo abasebenzi, abanye bavuma ukuthi babethatha opondo abangamakhulu amabili futhi bethenjiswa ukukhokhelwa opondo abayizinkulungwane eziyisihlanu umangase bakwazi ukuhlakaza abantu ensimini futhi basijikijela ngamabhomu okwenziwa ngophethiloli. Kodwa-ke khona kunjalo kusaqhubeka. Abantu abasha ibona abagxumeka amatende okuthi kuphumulwe mahora ambalwa ebusuku, ukuze omama babantwana kanye nezingane bengeka behlezi ngaphandle emakhazeni kanye nasemvuleni. Amakhulu amantombazane ayehamba ngokukhululeka, becula – futhi akekho noyedwa owahlukumezeka ngocansi. Amaculo kwakungawenkululeko, ukuhlonishwa , kanye nokulingana – futhi abaningi ayeholwa ngabesifazane, amadoda elandela. AmaKrestu angontamolukhuni ayehlanganyele namaSulumani. Futhi ngisho abantu abasha beMuslim Brotherhood bangitshela ukuthi, “Asivumelani kanye neminye yemibhalo yakho kodwa siyakuthanda ngoba awuzange ushintshe ngesikhathi sekuvela amathuba, uhlale ukhuluma into eyodwa.” Elinye ibhungu leza lazongigaxa lathi, “Oh Nawal, siyisizukulwane esisha esifunda izincwadi zakho kanye nobushoshovu bemicabango yakho.” Ngigwinya izinyembezi, ngathi kubona, “Lomgubho (iEid) kuthina uwumgubo wenkululeko, ukuhlonishwa, ubuchwepheshe, ubushoshovu kanye nokuvukela umbuso.” Owesifazane osemusha ogama lakhe linguRania wathi, “Sifuna umthethosisekelo omusha ongahlukanisi abantu ngenxa yenkolo, ubulili, ubuhlanga nomayini.” Ibhungu elinguMKrestu elingu Boutros lalekelela ngokuthi, “ Sifuna indlela efanayo yokuziphatha kwabantu ngaphandle kwemibandela yenkolo, ubulili kanye nobuqembu.” Elinye futhi ibhungu uTariq wangitshela ukuthi, “Thina esiqumbe phansi lombuso kufanele sikhethe uhulumeni wekuqhubekela phambili kanye nekhomishini elizoshintsha umthethosisekelo.” Omunye okuthiwa, nguMohammad Amin, wakhala ethi, “Sifuna isixazululo kwinhlanganyelo yabantu (People’s Assembly) kanye neShura Council kanye nomsebenzi onobulungiswa wokhetho ukukhetha umongameli omusha kanye nebhodi elinedumela.” Futhi nomunye uJala, wathi, “Siyizishoshovu ezinedumela ukuze kube khona izinqumo ezintsha, sifuna ukukhetha uhulumeni wesikhashana, kanye nokukhetha iKomidi likaZwelonke, okungashintsha umthethosisekelo. Asifuni iKomidi Labadala leziShoshovu, lisitshele ukuthi senzeni. Bangogaxekile abangazange bahlanganyele nathi, bahlupheke kanye nathi. Bayafika bavela emazweni aseNyakatho noma eMelika, amaEgyptians abekade bephila izimpilo zabo ngaphandle, asebenza ngoba sebefuna ukuhola ukuvukelwa kombuso. Kubona sifuna kuthi: Ithina esihole izibhelu zokuketula umbuso, futhi phakathi kwethu bakhona “Abadala bethu” babantu abasha abeneminyake engamashumi amathathu, noma amane

noma ayisihlanu; sibe ngochwepheshe kwezesayensi, ezombusazwe, ezomnotho kanye neminye imikhakha.” Futhi ibhungu elinguMohammed lathi, ‘Ngiyazigqaja ngokokuqala empilweni ukuthi ngiyiEgyptian. Abanye bethu babulawa, kodwa saphendula ukwehlulwa sakwenza impimelelo, sikhokhela inani lenkululeko ngegazi lamaqhawe ethu. Akukho mandla asiphindisela emuva. Ngeke.” Ngakho-ke baqhubeka bakha idolobha lasensimini ukuze kube khona izidingongqangi; benza izibhedlela zezikhashana, lapho kulala khona abalimele benakekelwa ngodokotela nabahlengikazi abavolontiyayo abaqhamuka ezihlwelweni zabantu abansha, abakha idolobha ensimini lapho abantu benikela ngezingubo zokulala nangemithi, izindwangu, ukudla namanzi. Lokhu ungathi iphupho. Ngihlala labantu abasha besifazane nabesilisa ubusuku nemini, ngibabuke ngenkathi behlanganisa amakomidi okucaza umsebenzi wokuhlanza insimu zonke izinsuku kuze kube ukuthutha balimele esibhedlela, kube ukusabalalisa ukudla nemithi, ukuvikela insimu noluphikisana namanga akhulunywa umbuso nabezindaba, kuze kufike ekukhethweni kwamagama abazophatha uHulumeni weSikhashana. Sibanye. Wonke umuntu ufuna uMubarak namadoda akhe eqenjini lakhe kakuhulumeni bahambe, sifuna kuphele ukuchitheka kwegazi njengoba kusanda kwenzeka, kuphele inkohlakalo, ukubuswa ngendlovuyangena, neminyaka engaphezu kwamashumi amathathu kahulumeni okunobudlova, sifuna ithuba lokukhuluma ngezidingo zethu futhi zaziwe umhlaba wonke. 23 Things They Don’t Tell You About Capitalism The following is an excerpt from 23 Things They Don’t Tell You About Capitalism by Ha-Joon Chang. Ha-Joon Chang 10 February 2011 Thing 1: There is no such thing as a free market What they tell you Markets need to be free. When the government interferes to dictate what market participants can or cannot do, resources cannot flow to their most efficient use. If people cannot do the things that they find most profitable, they lose the incentive to invest and innovate. Thus, if the government puts a cap on house rents, landlords lose the incentive to maintain their properties or build new ones. Or, if the government restricts the kinds of financial products that can be sold, two contracting parties that may both have benefited from innovative transactions that fulfill their idiosyncratic needs cannot reap the potential gains of free contract. People must be left "free to choose," as the title of free-market visionary Milton Friedman’s famous book goes. What they don’t tell you The free market doesn’t exist. Every market has some rules and boundaries that restrict freedom of choice. A market looks free only because we so unconditionally accept its underlying restrictions that we fail to see them. How "free" a market is cannot be objectively defined. It is a political definition. The usual claim by free-market economists that they are trying to defend the market from politically motivated interference by the government is false. Government is always involved and those free-

Asiyishiyanga indawo yethu noma sesihlaselwa ngoLwesithathu

langomhlaka2 kuFebruwari ngamaphoyisa ecashe ngokugqoka izingubo

zomphakathi, bahlasela insimu yethu – izigelekeqe ezaziqashwe ngumbuso,

bethatha ngisho umkhonyovu. Kukgona ababephethe yonke inhlobo

yezibhamu begibele amahashi, behamba ensimini, bedubula yonke indawo,

uthuli kanye nentuthu kugcwalise yonke indawo. Ngabona amabhola omlilo

endiza emoyeni, abesifazane abasebancane kanye namadoda bewela

phansi futhi begxiza igazi.

Kodwa intshisekelo yabantu baseEgypt yenkululeko, ukuhlonishwa, kanye

nobulungiswa yaphikelela, kanti neKomiti Lokuzivikela Labasha

Abayizishoshovu (Defense Committee of Revolutionary Youth) bakwazi

ukuphumelela bazivikela kulezizigelekeqe, futhi baze babopha labo

ababethatha imali yomkhonyovu kanye nomazisi babo – ngisho

namasebenzi bombuso bokuvikela, izethenjwa zamaphoyisa. Abanye babo

abasebenzi, abanye bavuma ukuthi babethatha opondo abangamakhulu

amabili futhi bethenjiswa ukukhokhelwa opondo abayizinkulungwane

eziyisihlanu umangase bakwazi ukuhlakaza abantu ensimini futhi

basijikijela ngamabhomu okwenziwa ngophethiloli.

Kodwa-ke khona kunjalo kusaqhubeka. Abantu abasha ibona abagxumeka

amatende okuthi kuphumulwe mahora ambalwa ebusuku, ukuze omama

babantwana kanye nezingane bengeka behlezi ngaphandle emakhazeni

kanye nasemvuleni. Amakhulu amantombazane ayehamba ngokukhululeka,

becula – futhi akekho noyedwa owahlukumezeka ngocansi. Amaculo

kwakungawenkululeko, ukuhlonishwa , kanye nokulingana – futhi abaningi

ayeholwa ngabesifazane, amadoda elandela. AmaKrestu angontamolukhuni

ayehlanganyele namaSulumani. Futhi ngisho abantu abasha beMuslim

Brotherhood bangitshela ukuthi, “Asivumelani kanye neminye yemibhalo

yakho kodwa siyakuthanda ngoba awuzange ushintshe ngesikhathi sekuvela

amathuba, uhlale ukhuluma into eyodwa.” Elinye ibhungu leza lazongigaxa

lathi, “Oh Nawal, siyisizukulwane esisha esifunda izincwadi zakho kanye

nobushoshovu bemicabango yakho.”

Ngigwinya izinyembezi, ngathi kubona, “Lomgubho (iEid) kuthina

uwumgubo wenkululeko, ukuhlonishwa, ubuchwepheshe, ubushoshovu

kanye nokuvukela umbuso.”

Owesifazane osemusha ogama lakhe linguRania wathi, “Sifuna

umthethosisekelo omusha ongahlukanisi abantu ngenxa yenkolo, ubulili,

ubuhlanga nomayini.” Ibhungu elinguMKrestu elingu Boutros lalekelela

ngokuthi, “ Sifuna indlela efanayo yokuziphatha kwabantu ngaphandle

kwemibandela yenkolo, ubulili kanye nobuqembu.” Elinye futhi ibhungu

uTariq wangitshela ukuthi, “Thina esiqumbe phansi lombuso kufanele

sikhethe uhulumeni wekuqhubekela phambili kanye nekhomishini

elizoshintsha umthethosisekelo.” Omunye okuthiwa, nguMohammad Amin,

wakhala ethi, “Sifuna isixazululo kwinhlanganyelo yabantu (People’s

Assembly) kanye neShura Council kanye nomsebenzi onobulungiswa

wokhetho ukukhetha umongameli omusha kanye nebhodi elinedumela.”

Futhi nomunye uJala, wathi, “Siyizishoshovu ezinedumela ukuze kube

khona izinqumo ezintsha, sifuna ukukhetha uhulumeni wesikhashana,

kanye nokukhetha iKomidi likaZwelonke, okungashintsha umthethosisekelo.

Asifuni iKomidi Labadala leziShoshovu, lisitshele ukuthi senzeni.

Bangogaxekile abangazange bahlanganyele nathi, bahlupheke kanye nathi.

Bayafika bavela emazweni aseNyakatho noma eMelika, amaEgyptians

abekade bephila izimpilo zabo ngaphandle, asebenza ngoba sebefuna

ukuhola ukuvukelwa kombuso. Kubona sifuna kuthi: Ithina esihole izibhelu

zokuketula umbuso, futhi phakathi kwethu bakhona “Abadala bethu”

babantu abasha abeneminyake engamashumi amathathu, noma amane

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!