April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal
April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal
April 2011 - Centre for Civil Society - University of KwaZulu-Natal
You also want an ePaper? Increase the reach of your titles
YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.
As for Saif, said Halliday, “in Libya, as in such states as Egypt, Saudi

Arabia, Iran the primary function of such liberal elements is not to produce

change, but to reach compromises with internal hard-liners that serve to

lessen external pressure.”

This is how Saif’s use and abuse of doctoral-thesis civil societyism can best

be understood: as a momentary compromise with Libyan barbarism that,

now scratched by an emancipatory potential, has quickly shed both liberal

skin and London dupes.

(Patrick Bond is based at the UKZN Centre for Civil Society.)

Ngenkathi imiphakathi isetshenziswa ukuvikela ukubuswa ngobulwane

NguPatrick Bond

Yahunyushwa nguFaith ka-Manzi

Uma siyakukholwa okushiwo yisikhohlakali sendodana kaMuammar Gaddafi

uSaif sizobona ukucitheka kwegazi eBenghazi, eLibya okungenza ukubulala

ngesihluku okade kwenziwa ngondlovuyangena abakade bebulala

ngesihluku baseMiddle East kufane nokuthi kade begida ndawonye.

Okungedlula ngisho ukubulawa ngamaIsrael kwezakhamizi zaseGaza

eziyikhulu namakhulu amane eminyakeni emibili edlule. (noma-ke lokho

kungeke kufike ekucisheni kuqedwe isizwe saseIraq bgebezombutho wempi

baseMelika okubalelwa esigidini sezakhamizi esafa mgokuhlaselwa

yiWashington okungekho emthethweni mgonyaka ka2003 ngokuchaza

kweThe Lancelot, iphephabhuku lezempilo.

Ukuhlasela kombuso waseLibya izakhamizi zawo, kusazoqhubeka kakhulu

njengokusho kukaSaif ngeSonto: “Izwe lethu leli, asoze, nhlobo siliyekelele

futhi sigobele intando yeningi. Izwe lethu leli. Sizolwa laeLibya, sizofela

khona laeLibya.”

Amakhulukhulua abantu baseLibya vele sebeyafa ngenxa yesinqumo vele

esikhishwe nguGaddafi, futhi ezinye izikhali zombuthano wempi yakhe

ngazalapha eNingizimu Afrika. Eminyakeni embalwa edlule, imboni

ephethwe nguhulumeni iDenel ibilokhu idayiselwa iLibya zikhali zokuchitha

imiphefmulo eminingi yabantu, lokho futhi bebekwenza bexhaswa

ngusihlalo wekomidi leNational Conventional Arms Control, uJeff Radebe.

Iphephabhuku eligunyaziwe leDenel langoJune ka2009, iInsights, laqhosha

lathi, “ngenxa okuthi sihlale sikhombisa ngezikhali zethu njengama40mm

AGL, izibhamu ama NTW-20, SS77 kanye nezibhamu zemishini,

amamissiles, kanye nokugcinwa kweizindizamshini kanye namabhomu

agqitshwayo, iDenel isiqalile izinkulumo zenkotileka kanye neLibya.

Izivunguvungu ezinothuli zenza kubenzima ukubona abantu ofuna

ukubadubula uma bezama ukubaleka ukuza baphepha, kodwa umbutho

wezempi kaGaddafi uzojabulela ukusebenzisa izindiza ezinophephela

emhlabeni zakwaDenel amaRooivlak lokho bekwenza kanye nabanye

ondlovuyangena abaphazanyiswe yingozi yabalwela intando yeningi.

Ngokusho kwesinye isikhulu esiphezu sakwaDenele Aviation, uIsmail

Dockrat etshela iDefenseWeb.co.za ngaphambi kokuthatha uhambo

lokuyodayisa izikhali ngo2009 eTripoli wathi, “Sibone kunesidingo ukuthi

eNyakatho Afrika kanye naseMiddle East kube izimakethe lapho uDenel

Aviation angadayisa imikhiqizo yakhe.”

Abanye futhi abathole izigidigidi zamadola kaoyela ngokuxhasa uGaddafi

abaculi oMariah Carey, Beyonce Knowles kanye noNelly Rutando, lokhu